1 iziKronike 12:8 - IsiZulu 20208 KwabakwaGadi, abanye bazehlukanisa baya kuDavide enqabeni ehlane, amaqhawe anamandla, amabutho azilungiselele ukulwa, abakwazi ukuphatha isihlangu nomkhonto, ababuso babo bufana nobuso bezingonyama, abanejubane njengezinsephe ezintabeni: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 KwabakwaGadi abanye bazahlukanisa baya kuDavide enqabeni ehlane, amaqhawe anamandla, abantu abazilungiselele ukulwa, abakwazi ukuphatha isihlangu nomkhonto, ababuso babo bafana nobuso bezingonyama, abanejubane njengezinsephe ezintabeni: အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 KwabakwaGadi bamhlukanisela uDavide endaweni yezintaba ngasehlane amadoda anamandla namadoda empi ahlomele ukulwa, aphatha isihlangu nesihlangu, ubuso bawo babunjengobuso bezingonyama, nanejubane njengenkemane ezintabeni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
U-Amaziya waqoqa uJuda, wammisa ngokwezindlu zawoyise phansi kwabakhuzi bempi bezinkulungwane nabakhuzi bempi bamakhulu. UJuda wonke noBhenjamini wababala, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, wathola ukuthi bayizi-300 000 abakhethekileyo asebengaphuma impi, nabangaphatha umkhonto nesihlangu.