Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 12:30 - IsiZulu 2020

30 Kwabozalo kuka-Efrayimi kwakuyizi-20 800, amaqhawe anamandla, amadoda ayenegama ezindlini zokhokho bawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kubantwana bakwa-Efrayimi yizinkulungwane ezingamashumi amabili namakhulu ayisishiyagalombili, amaqhawe anamandla, abantu abanegama ezindlini zawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kubantwana bakwa-Efrayimi yizinkulungwane ezingamashumi amabili namakhulu ayisishiyagalombili, amaqhawe anamandla, abadumileyo ezindlini zawoyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 12:30
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalezo zinsuku nasemveni kwazo, kwaba khona iziqhwaga emhlabeni. Amadodana kaNkulunkulu alala namadodakazi abantu, awazalela abantwana. Baba ngamaqhawe asendulo, adumileyo.


U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,


wambeka waba yinkosi, wabusa abakwaGileyadi, ama-Ashurimi, abaseJizreyeli, abakwa-Efrayimi abakwaBhenjamini, wabusa no-Israyeli wonke.


U-Abhineri wakhuluma futhi nabakwaBhenjamini; wayesuka eyotshela uDavide eHebhroni ngakho konke okuhle u-Israyeli nabo bonke abendlu yakwaBhenjamini ababezimisele ukukwenza.


Kwabozalo lukaBhenjamini, abafowabo bakaSawule, kwakuyizi-3 000, ngokuba kuze kube namuhla iningi labo lisathembekile endlini kaSawule.


Engxenyeni yesizwana sakwaManase kwakuyizi-18 000 ezazibizwe ngamagama ukuba zifike zizobeka uDavide, abe yinkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ