1 iziKronike 12:19 - IsiZulu 202019 Kwafika ingxenye yabakwaManase kuDavide, ngesikhathi izolekelela amaFilisti ukulwa noSawule, kodwa abawalekelelanga ngokuba abaholi bamaFilisti babonisana, bamkhomba indlela bethi: “Lo uyakuhlubukela enkosini yakhe uSawule, adayise ngathi, asibulale.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Kwafika abanye kwabakwaManase kuDavide, lapho efika namaFilisti ukulwa noSawule, kepha abawasizanga, ngokuba izinduna zamaFilisti sezilulekene zammukisa, zathi: “Uyakuhlubukela enkosini yakhe uSawule, amakhanda ethu abe sengozini.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Abanye bakwaManase bawela kuDavide ekufikeni kwakhe namaFilisti ukulwa noSawule; kodwa abazange babasize; ngokuba izikhulu zamaFilisti zameluleka ngokuthi: “Uyakuyibeka engozini uSawule inkosi yakhe.” zamakhanda ethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |