1 iziKronike 12:18 - IsiZulu 202018 Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi, owayeyinhloko yabangama-30, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho ukusizile.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi owayeyinhloko yabangamashumi amathathu, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho uyakusiza.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Umoya wehlela phezu kuka-Amasayi owayeyinduna yezinduna, wathi: “Singakuwe, Davide, singakuwe, ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula kube kuwe, nokuthula kubasizi bakho; ngoba uNkulunkulu wakho uyakusiza. UDavide wabamukela, wabenza abaholi beviyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wasuka lapho wafumana uJehonadaba, indodana kaRekhabhi ezomhlangabeza; wayesembingelela, wathi kuye: “Ngabe kulungile yini enhliziyweni yakho njengoba kunjalo kweyami na?” UJehonadaba wathi: “Yebo.” UJehu wayesethi: “Uma-ke kunjalo, letha isandla sakho.” Waselula isandla sakhe, wayesemgibelisa enqoleni yakhe.