Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 11:24 - IsiZulu 2020

24 UBhenaya, indodana kaJehoyada, wenza lezi zinto, wazenzela igama phakathi kwabathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Lezo zinto wazenza uBenaya indodana kaJehoyada, waba negama phakathi kwalawo maqhawe amathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UBenaya indodana kaJoyada wenze njalo, waba negama phakathi kwamaqhawe amathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 11:24
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uBhenaya, indodana kaJehoyada, engamele amaKherethi namaPhelethi; amadodana kaDavide engabaphristi.


Wabulala nowaseGibhithe owayebukeka. Lona waseGibhithe wayephethe umkhonto esandleni sakhe, kodwa uBhenaya wabhekana naye ephethe induku nje. Wawuhlwitha umkhonto esandleni somGibhithe, wambulala ngawo umkhonto wakhe.


Wayehlonipheke kakhulu phakathi kwabangama-30, kodwa akafikanga kulaba abathathu ngokuhlonishwa. UDavide wambeka ukuba engamele abaqaphi bakhe.


Nanka amagama alabo abafika kuDavide ngesikhathi esagogobele eZikilagi, ngenxa kaSawule, indodana kaKhishi; ababephakathi kwamaqhawe ayelekelela empini.


noZadoki, insizwa eyiqhawe elinamandla, nabakhuzi bempi abangama-22 ababevela endlini kayise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ