1 iziKronike 11:22 - IsiZulu 202022 UBhenaya, indodana kaJehoyada, wayeyindoda eyiqhawe elinamandla, elenza imisebenzi emikhulu. WayengowaseKhabizeyeli, wabulala amaqhawe amabili, u-Ariyeli wakwaMowabi, waphinde wehla, wabulala ingonyama emgodini, ngosuku kukhithike iqhwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 NoBenaya indodana kaJehoyada, indodana yendoda enamandla, owayenze imisebenzi emikhulu, owaseKabiseyeli, wabulala amaqhawe amabili akwaMowabi; futhi wehla, wabulala ingonyama phakathi komgodi ngosuku lweqhwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 UBenaya indodana kaJoyada indodana yendoda enesibindi waseKabiseyeli, owenza izenzo eziningi; wabulala izingonyama ezimbili zakwaMowabi; wehla, wabulala ingonyama emphandwini ngosuku lweqhwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |