1 iziKronike 10:9 - IsiZulu 20209 Amphanga, athatha ikhanda lakhe nezikhali zakhe. Athumela ezweni lonke lamaFilisti ukuba kuyomenyezelwa izindaba ezinhle ezithombeni zawo nakubantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Amphanga, athatha ikhanda lakhe nezikhali zakhe, akuthuma ezweni lamaFilisti nxazonke ukukumemezela kuzo izithombe zawo nakubantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ngemva kokumhlubula, athatha ikhanda lakhe nezikhali zakhe, akuthumela ezweni lamaFilisti nxazonke ukuze kubikele izithombe zawo nakubantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.