Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 10:14 - IsiZulu 2020

14 engabuzanga kuSimakade. Ngakho-ke wambulala, umbuso wawubuyisela kuDavide, indodana kaJese.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 engabuzanga kuJehova; ngalokho-ke wambulala, wabuyisela umbuso kuDavide indodana kaJese.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Akabuzanga kuJehova; ngalokho wambulala, wabunikela ubukhosi kuDavide indodana kaJese.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 10:14
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kufika wonke amalunga akwa-Israyeli enkosini uDavide eHebhroni. Inkosi uDavide yenza nawo isivumelwano eHebhroni phambi kukaSimakade, ayesemgcoba ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli.


Nanti inani lezinhloko ezazihlomile ezeza kuDavide eHebhroni, ukuba ziguqulele kuye umbuso kaSawule njengokusho kwezwi likaSimakade.


Mina ngiyakuba nguyise kuye, yena abe yindodana kimi; angiyukuwususa umusa wami kuye, njengalokho ngawususa kulowo owayengaphambi kwakho.


uBhowazi wazala u-Obhede; u-Obhede wazala uJese.


Kwathi ngonyaka wama-39 wokubusa kwakhe u-Asa, wahlaselwa yisifo ezinyaweni zakhe; isifo esasimphethe sasinzima kakhulu, kodwa akamfunanga uSimakade ngenxa yaso; waya ezinyangeni.


Ophindisela okuhle ngokubi, ububi abuyukusuka endlini yakhe.


Izembe lingaziqhayisa yini kuye ogawula ngalo, nesaha lingazikhukhumeza yini kosaha ngalo na? Induku ingamphakamisa yini oyiphakamisayo, nentonga lokho okungesilo ukhuni na?


Kodwa akusikho lokho ama-Asiriya akuhlosile, futhi akukhona lokhu akucabangayo. Okusenhliziyweni yawo ukubhubhisa nokushabalalisa izizwe eziningi.


Amadoda akwa-Israyeli athatha emphakweni wazo engazange alizwe ilaka likaSimakade.


kodwa manje umbuso wakho awusezukuqhubeka. USimakade uzifunele umuntu oqokwe yinhliziyo yakhe. USimakade ummisile ukuba abe ngumholi wabantu bakhe, ngokuba awukugcinanga lokho uSimakade akuyala ngakho.”


USamuweli wathi kuye: “USimakade uwuklebhulile umbuso ka-Israyeli kuwe namuhla, wawunika umakhelwane wakho ongcono kunawe.


USimakade wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nina uSawule na? Ngimlahlile, ngeke esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngikuthuma kuJese waseBhethlehema, ngokuba ngizibonele inkosi phakathi kwamadodana akhe.”


USimakade ukwenzile lokho, njengoba akhuluma ngami: uSimakade uwususile umbuso kuwe, wawunika umakhelwane wakho, uDavide.


USawule wabuza kuSimakade, kodwa uSimakade akamphendulanga ngamaphupho, nge-Urimi noma nangabaphrofethi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ