Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 1:4 - IsiZulu 2020

4 uNowa, uShemi, uHamu, noJafethi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 noNowa, noShemi, noHamu, noJafete.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UNowa, uShemi, uHamu noJafete.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 1:4
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nanku umlando wamadodana kaNowa: uShemu, uHamu, noJafethi; nawo azala awawo amadodana emva kukazamcolo.


Kwathi uNowa eseneminyaka engama-500, wazala uShemu, uHamu, noJafethi.


USimakade wathi kuNowa: “Ngena emkhunjini, wena nabo bonke abendlu yakho, ngokuba ngibonile ukuthi nguwena kuphela olungile phambi kwami kulesi sizukulwane.


Amadodana kaNowa, uShemu, uHamu, noJafethi aphuma emkhunjini. UHamu wayenguyise kaKhanani.


Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke.


Isiyonke iminyaka eyaphilwa nguNowa yaba ngama-950, wayesefa.


Amadodana kaJafethi: nguGomere, uMagoge, uMadayi, uJavani, uThubhali, uMesheke noTirase.


Noma ngabe bekukhona kulo lawa madoda amathathu: uNowa, uDaniyeli noJobe, bona bebeyakuyisindisa impilo yabo ngenxa yokulunga kwabo, kusho iNkosi uSimakade.


“Njengokuba kwakunjalo emihleni kaNowa, kuyakuba kanjalo nasemihleni yeNdodana yomuntu.


kaKhenani, ka-Arifaksadi, kaShemu, kaNowa, kaLameki,


Ngokukholwa, uNowa exwayisiwe ngezinto ebezingakabonwa, ehlonipha uNkulunkulu, wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe, ngokwenza kanjalo wawehlulela umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okuvela ngokukholwa.


engawuyekanga nomhlaba wasemandulo, kodwa walondoloza uNowa, ummemezeli wokulunga, owayengowesishiyagalombili emkhunjini, mhla ehlisa uzamcolo emhlabeni walabo ababengamesabi uNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ