Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 AmaKhosi 7:8 - IsiZulu 2020

8 Isigodlo sakhe lapho ayezohlala khona, kwelinye igceke ngaphakathi komphemegumbi, sasakhiwe ngendlela efanayo. Isigodlo uSolomoni asakhela indodakazi kaFaro eyayimganile, sasakhiwe njengalowo mphemegumbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Indlu yakhe lapho ebeyakuhlala khona kwelinye igceke phakathi kompheme yayenziwe kanjalo. Wenzela nendodakazi kaFaro abeyithathile uSolomoni indlu eyafana nalwo mpheme.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Indlu yakhe lapho ayehlala khona yayinelinye igceke phakathi kompheme, laliwumsebenzi ofanayo. USolomoni wenzela indodakazi kaFaro indlu enjengalo mpheme, ayithathe yaba ngumkakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 AmaKhosi 7:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni noFaro, inkosi yaseGibhithe, bakha ubuhlobo ngokuganiselana. USolomoni wayithatha indodakazi kaFaro, wayingenisa emzini kaDavide, waze waqeda ukwakha isigodlo sakhe, nendlu kaSimakade, nokwakha ugange oluzungeze iJerusalema nxazonke.


Konke lokho kwakwakhiwe ngamatshe enani elikhulu, ayebazwe ngokwezilinganiso, asahwa ngamasaha, ngaphakathi nangaphandle, kusukela esisekelweni kuya ophahleni, nangaphandle kuze kuyofika egcekeni elikhulu.


UFaro, inkosi yaseGibhithe, wayenyukile walidla iGezeri, walishisa ngomlilo, wabulala amaKhanani ayehleli emzini, wayeselinika umkaSolomoni indodakazi yakhe, laba yisipho sayo.


Indodakazi kaFaro kuphela eyasuka emzini kaDavide yaya endlini yayo, inkosi eyayiyakhele yona; wayakha futhi neMilo.


Kwathi u-Izaya engakaphumi emzini egcekeni elingaphakathi, izwi likaSimakade lafika kuye, lathi:


USolomoni wakhuphula indodakazi kaFaro emzini kaDavide, wayiyisa endlini ayakhela yona, ngokuba wathi: “Umkami akanakuhlala endlini kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, ngokuba ingcwele, kulapho kwafikela khona umphongolo kaSimakade.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ