Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 AmaKhosi 7:4 - IsiZulu 2020

4 Kwakunezinsika namafasitela emigqeni yomithathu ebhekene, yilowo nalowo mugqa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwakukhona amahele ayizinhla ezintathu; ifasitele lalibhekene nefasitele izinhla ezintathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwakukhona amafasitele ezinhlangeni ezintathu, nokukhanya kwakubhekene nokukhanya ezinhlakeni ezintathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 AmaKhosi 7:4
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenzela indlu amafasitela anamakhethini angenakususwa.


Yayifulelwe ngemisedari phezu kwemishayo engama-45 eyayiphezu kwezinsika ezili-15, umugqa ngamunye.


Yonke iminyango nezinsika kwakuyizinhlangothi ezine ngemishayo; ingaphambili lefasitela libhekene nelinye emigqeni yomithathu.


Imibhoshongo yakho ngiyoyenza ngamarubhi, amasango akho ngekhristalo, nayo yonke imingcele yakho ibe ngamatshe ayigugu.


Kwakukhona amafasitela avaliweyo, emakamelweni; ezinsikeni ngaphakathi kwesango nxazonke, nasemiphemeni yendlu ngaphandle; kukhona amafasitela nxazonke ngaphakathi namasundu ezinsikeni.


Amafasitela alo, imipheme yalo, namasundu alo kwakufana nesilinganiso sesango elibheke ngasempumalanga; bakhuphukela kulo ngezitebhisi eziyisikhombisa, imipheme yalo yayiphambi kwazo.


Kwakukhona amafasitela kulo nasemiphemeni yalo nxazonke, kufana namafasitela abalulwe ngenhla; ubude babungamakhubhithi angama-50 nobubanzi bungamakhubhithi angama-25.


Amakamelo alo abalindi, izinsika zalo, nemiphemegumbi yalo kwakufana nezilinganiso ezibalulwe ngenhla, kukhona amafasitela kulo nasemiphemenigumbi nxazonke; ubude balo babungamakhubhithi angama-50, ububanzi balo bungamakhubhithi angama-25.


amakamelo alo abalindi, izinsika zalo, nemiphemegumbi yalo kwakunjengezilinganiso ezibalulwe ngenhla, kukhona amafasitela kulo nasemiphemenigumbi yalo nxazonke; ubude babungamakhubhithi angama-50, ububanzi bungamakhubhithi angama-25.


amakamelo alo abalindi, izinsika zalo, nemiphemegumbi yalo; lalinamafasitele nxazonke; ubude bungamakhubhithi angama-50, ububanzi bungamakhubhithi angama-25.


Ngapha nangapha emaceleni omphemegumbi kukhona amafasitele avaliweyo namasundu, nasemakamelweni ezinhlangothini zendlu, kanjalo nasesivikelweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ