Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 9:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Abantu abahamba ebumnyameni babone ukukhanya okukhulu; abahlala ezweni lethunzi lokufa, ukukhanya kubakhanyisele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Abantu abahamba ebumnyameni babona ukukhanya okukhulu; abahlezi ezweni lethunzi lokufa ukukhanya kuyabakhanyisela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Abantu ababehamba ebumnyameni, babonile ukukhanya okukhulu. Labo abahlala ezweni elimnyama bhuqe, ukukhanya kuyakubakhanyisela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 9:2
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphambi kokuba ngihambe, lapho engingayikubuyela khona, ngisho ezweni lobumnyama nethunzi lokufa;


Abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokufa, beboshiwe usizi nensimbi;


Wabakhipha ebumnyameni nasethunzini lokufa, wagqabula izibopho zabo.


Yebo, noma ngidlula esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami; Intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.


Ngiyakucambalala ngokuthula, ngilale ubuthongo, ngokuba wena Jehova wedwa ungivumela ukuba ngihlale ngokulondeka.


Ngubani phakathi kwenu omesabayo uJehova, olalela izwi lenceku yakhe, ohamba ebumnyameni, kungekho ukukhanya, na? makathembele eGameni likaJehova futhi ahlale kuNkulunkulu wakhe.


Ilanga alisayikuba ngukukhanya kwakho emini; nenyanga ayiyikukukhanyisela, kepha uJehova uyakuba ngukukhanya okuphakade kuwe, uNkulunkulu wakho abe yinkazimulo yakho.


Nokho, ubumnyama abuyikuba njengokucasuka kwayo, lapho eqala ukuhlupha izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, kamuva walihlupha kakhulu endleleni yolwandle, ngaphesheya kweJordani, eGalile labezizwe.


Mfuneni owenza izinkanyezi eziyisikhombisa ne-Oriyoni, ophendula ithunzi lokufa libe ukusa, afiphaze imini nobusuku, obiza amanzi olwandle, awathululele emhlabeni: nguJehova igama lakhe.


Abantu ababehlezi ebumnyameni babona ukukhanya okukhulu; nabahlezi ezweni nasethunzini lokufa ukukhanya kuye kwaphumela obala.


ukukhanya kokukhanyisa abezizwe, nenkazimulo yabantu bakho u-Israyeli.


UJesu wayesethi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukini. Hambani nisenokukhanya, funa ubumnyama bunifikele, ngokuba ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.


Mina ngizile njengokukhanya emhlabeni, ukuze yilowo nalowo okholwa yimi angahlali ebumnyameni.


Khona uJesu wabuye wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngiwukukhanya kwezwe;


Ngokuba nanikade nibubumnyama, kepha manje ningukukhanya eNkosini; hambani njengabantwana bokukhanya;


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Abagijimanga yini? abahlukanisanga impango; kuwo wonke amadoda intombazane noma amabili; kuSisera impango yemibala yonke, impango yawo wonke amathunga, imibala ethungayo nhlangothi zombili, izintamo zabaphangayo na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ