Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 57:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Waya enkosini uphethe amafutha, wandisa iphunga lakho, wathumela kude izithunywa zakho, wazithoba endaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Waya kuMoloki uphethe amafutha, wawandisa amakha akho; wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Waya kuMolokhi uphethe amafutha, wawandisa amakha akho. Wathumela kude izithunywa zakho, wazehlisela nasendaweni yabafileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 57:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngawufaka amakha umbhede wami ngemure, inhlaba nesinamoni.


Futhi umuntu ophansi uyakhothama, nomuntu omkhulu uyazithoba; ngakho ungabathetheleli.


Zonke izifebe zinika izipho, kodwa wena upha zonke izithandwa zakho izipho zakho, uziqatshe, ukuze zize kuwe zivela nhlangothi zonke ngenxa yobufebe bakho.


Lapho ewabona ngamehlo akhe, wawafisa, wathumela izithunywa kuwo eKaledi.


Futhi wathuma amadoda evela kude, okwathunyelwa kuwo isithunywa; bheka, bafika; owagezela yena, wapenda amehlo akho, wazihlobisa ngezivunulo;


Futhi inkosi kumelwe yenze ngokwentando yayo; iyoziphakamisa, izikhulise phezu kwabo bonke onkulunkulu, ikhulume izimangaliso ngoNkulunkulu wawonkulunkulu, ibe nempumelelo, kuze kuphele ulaka; ngoba okumisiweyo kuzokwenzeka.


U-Efrayimi udla umoya, uxosha umoya wasempumalanga; imihla ngemihla wandisa amanga nokubhubhisa; benza isivumelwano nama-Asiriya, kwangeniswa amafutha eGibithe.


U-Efrayimi unjengejuba eliyisiwula elingenanhliziyo; babiza iGibithe, baya e-Asiriya.


Makungabikho muntu onikhohlisayo ngomvuzo wenu ngokuthobeka kokuzithandela nangokukhonza izingelosi, engena engakubonanga, ezikhukhumeza ngeze ngengqondo yenyama yakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ