Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 41:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngubani owakwenza wakwenza ngokubiza izizukulwane kusukela ekuqaleni? Mina, Jehova, owokuqala nowokugcina; nginguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngubani okusebenzileyo, wakwenza, na? Nguye owazibiza izizukulwane kwasekuqaleni: mina Jehova engingowokuqala nenginguye nakwabokuphela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ngubani okwenzileyo lokhu, wakudala, wabiza izizukulwane kwasekuqaleni na? Mina, Simakade ngingowokuqala, futhi ngingowokugcina.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 41:4
26 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa wena uyafana, neminyaka yakho ayiyikuphela.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, nenzalo yabo ime phambi kwakho.


Ngubani owalinganisa amanzi ngesandla sakhe, walinganisa amazulu ngobubanzi besandla, wathatha uthuli lomhlaba ngesilinganiso, wakala izintaba ngesilinganiso, namagquma ngesilinganiso, na?


Phakamiselani amehlo enu phezulu, nibone ukuthi ngubani owadala lezi zinto, okhipha impi yazo ngokwesibalo; Uzibiza zonke ngamagama ngobukhulu bamandla akhe, ngokuba unamandla amakhulu; akukho neyodwa eyehlulekayo.


ukuze babone kanyekanye bazi, babone, baqonde ukuthi isandla sikaJehova sikwenzile nokuthi oNgcwele ka-Israyeli ukudalile.


Ngubani owakumemezelayo kwasekuqaleni, ukuze sikwazi? futhi ngaphambili, ukuze sithi: Ulungile? yebo, akakho owazisayo, yebo, akakho omemezelayo, yebo, akakho owezwayo amazwi enu.


Wabaxosha, wadlula ngokulondeka; nangendlela akahambanga ngayo ngezinyawo zakhe.


Ngubani owanikela uJakobe kube yimpango, no-Israyeli kubaphangi? Akusiye uJehova esone kuye na? ngoba abazange bahambe ezindleleni zakhe futhi abawulalelanga umthetho wakhe.


Ningofakazi bami, usho uJehova, nenceku yami engiyikhethileyo ukuba nazi, nikholwe yimi, niqonde ukuthi yimi;


Yebo, ngaphambi kosuku enganginguye; futhi akakho ongophula esandleni sami. Ngizosebenza, futhi ubani ozokuvumela?


ngimemezele isiphetho kwasekuqaleni nasendulo izinto ezingakenziwa, nithi: Isiluleko sami siyakuma, ngenze yonke intando yami;


Ngilalele, Jakobe, nawe Israyeli, ukukhala kwami; nginguye; Mina ngingowokuqala, futhi ngingowokugcina.


Bheka, intombi iyakukhulelwa, izale indodana, bayiqambe igama lokuthi u-Emanuweli, okungukuthi ngokuhunyushwa, uNkulunkulu unathi.


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Iyaziwa nguNkulunkulu yonke imisebenzi yakhe kwasekuqaleni kwezwe.


Wazenza izizwe zonke ngegazi linye ukuba zihlale ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezimisiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo;


Bhekani manje ukuthi ngiyilokhu nokuthi akakho unkulunkulu ngaphandle kwami. Ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngipholise, akakho ongophula esandleni sami.


esithi: Mina nginguAlfa loOmega, owokuqala lowokuphela; e-Efesu, naseSmirna, nasePhergamo, naseThiyathira, naseSardesi, naseFiladelfiya, naseLawodikeya.


Kwathi ngimbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo. Wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi kimi: “Ungesabi; ngingowokuqala nowokugcina;


Mina ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho, isho iNkosi, ekhona, neyayikhona, nezayo, uMninimandla onke.


Nakuyo ingelosi yebandla laseSmirna loba ukuthi: Nakhu akushoyo owokuqala nowokugcina, owayefile, futhi wabuye waphila;


Mina ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho, owokuqala nowokugcina.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ