Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 38:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kini esivela kuJehova sokuthi uJehova uyakwenza lokhu akukhulumileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “ ‘Lesi siyakuba yisibonakaliso kuwe esivela kuJehova sokuthi uJehova uyakukwenza lokho akukhulumileyo:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “ ‘ “Yilesi isibonakaliso esivela kuSimakade sokuthi uSimakade uzokwenza lokho akwethembisile kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 38:7
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.


Wasenika isibonakaliso ngalolosuku wathi: Lesi yisibonakaliso uJehova asikhulumile; Bheka, i-altare liyakudabuka, nomlotha ophezu kwalo uyakulahlwa;


Kodwa endabeni yezithunywa zezikhulu zaseBhabhiloni ezathumela kuye ukubuza ngesimangaliso esenziwa elizweni, uNkulunkulu wamtshiya ukuze amlinge, ukuze azi konke okusenhliziyweni yakhe.


Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe: Kulo nyaka niyakudla okuqhamuke kodwa; ngomnyaka wesibili usuka kuwo, ngomnyaka wesithathu nihlwanyele, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.


UHezekhiya wasesithi: Siyini isibonakaliso sokuthi ngizakwenyukela endlini ye Nkosi?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ