Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 24:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abanakunatha iwayini ngengoma; uphuzo olunamandla luyakubaba kwabaluphuzayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abasayikuphuza iwayini ngesihlabelelo; uphuzo olunamandla luyakubaba kubo abaluphuzayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Abasahubi lapho bephuza iwayini, uphuzo olunamandla seluyababa kulabo abaluphuzayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 24:9
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; mina ngangiyingoma yezidakwa.


Hamba, udle isinkwa sakho ngentokozo, uphuze iwayini lakho ngenhliziyo ethokozayo; ngoba uNkulunkulu useyayemukela imisebenzi yakho.


Maye kulabo abathi okubi kuhle lokuhle kubi; owenza ubumnyama kube ukukhanya nokukhanya kube mnyama; obeka okubabayo esikhundleni sobumnandi, nobumnandi esikhundleni sokubabayo!


Maye kulabo abanamandla okuphuza iwayini namadoda anamandla okuxuba uphuzo oludakayo;


Ngiyakwenza ukuba umsindo wezihlabelelo zakho uphele; nomsindo wezinsimbi zakho awusayikuzwakala.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe-yisililo, nazo zonke izingoma zenu zibe isililo; ngiyakwenza ukuba kukhuphuke indwangu yesaka ezinkalweni zonke nempandla emakhanda onke; ngiyakukwenza kube njengesililo sendodana eyodwa, nokuphela kwakho kube njengosuku olubabayo.


Izihlabelelo zethempeli ziyakukhamuluka ngalolo suku, isho iNkosi uJehova: izidumbu ziyakuba ziningi endaweni yonke; bayozixosha ngokuthula.


UJehova Sebawoti uyobavikela; bayakudliwa, banqotshwe ngamatshe endwayimana; bayakuphuza, benze umsindo njengewayini; bayogcwaliswa njengezitsha nanjengamagumbi e-altare.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ