Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 2:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izwe labo ligcwele isiliva negolide, ingcebo yabo ayipheli; izwe labo ligcwele amahhashi, nezinqola zabo azipheli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Izwe lakubo ligcwele isiliva negolide, akukho ukuphela kwengcebo yabo; izwe lakubo ligcwele futhi namahhashi, nokuphela kwezinqola akukho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Izwe lakubo ligcwele isiliva negolide, ingcebo yabo ayinakubalwa; izwe labo ligcwele amahhashi, izinqola zabo zempi azinakubalwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 2:7
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayenezibaya eziyizinkulungwane ezingamashumi amane zezinqola zakhe nabamahhashi abayizinkulungwane eziyishumi nambili.


Noma nezikhulu ezazinegolide, ezagcwalisa izindlu zazo ngesiliva;


Abanye bathemba izinqola, abanye amahhashi, kepha thina siyakulikhumbula igama likaJehova uNkulunkulu wethu.


Kodwa lathi: Hatshi; ngoba siyakubaleka ngamahhashi; ngalokho niyakubaleka, nithi: Siyakugibela abanejubane; ngalokho abakusukelayo bayakuba ngamawala.


Maye kulabo abehlela eGibhithe ukuze bathole usizo; bahlala emahhashini, bethemba izinqola, ngokuba ziziningi; nangabamahhashi, ngokuba banamandla kakhulu; kodwa ababheki koNgcwele ka-Israyeli futhi abamfuni uJehova!


Ngathukuthela ngobubi bokuhaha kwakhe, ngamshaya;


IAsiriya ngeke isikhulule; asiyikugibela amahhashi, nomsebenzi wezandla zethu asisayikusho ukuthi: Ningonkulunkulu bethu, ngokuba intandane ithola umusa kuwe.


Ngalolo suku,” usho uJehova, “ngiyonquma amahhashi akho phakathi kwakho futhi ngichithe izinqola zakho.


Ngokuba izizwe zonke ziphuzile ewayinini lolaka lobufebe balo, namakhosi omhlaba afeba nalo, nabathengisi bomhlaba banothile ngokuchichima kwezibiliboco zalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ