U-Isaya 11:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Aziyikulimaza, zingachithi yonke intaba yami engcwele, ngokuba umhlaba uyakugcwala ukumazi uJehova njengamanzi asibekela ulwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Abayikwenza okubi, bangachithi entabeni yonke yami engcwele, ngokuba umhlaba uyakugcwala ukumazi uJehova njengamanzi asibekela ulwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Abayukukwenza okubi, noma babhubhise entabeni yami engcwele, ngokuba umhlaba wonke uyogcwala ukumazi uSimakade njengamanzi esibekela ulwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bayakuletha bonke abafowenu kube ngumhlatshelo kuJehova bevela ezizweni zonke begibele amahhashi, nangezinqola, nangezikebhe, naphezu kweminyuzi, nangezilwane ezinejubane, entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokho abantwana bakwa-Israyeli beletha. “Umnikelo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.