Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Indodakazi yaseSiyoni yashiywa njengendlwana esivinini, njengombhede ensimini yamakhukhamba, njengomuzi ovinjezelwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Indodakazi yaseSiyoni isele njengexhiba esivinini, nanjengedladla ensimini yamaselwa, nanjengomuzi ovinjezelweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Indodakazi yaseZiyoni isele njengedlangala esivinini, njengexhokovana ensimini kakhukhamba, nanjengomuzi ovinjezelweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 1:8
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Jabula kakhulu, ndodakazi yaseZiyoni! khala, ndodakazi yaseJerusalema! Bheka, iNkosi yakho iza kuwe; Ulungile futhi unensindiso; ithobekile, igibele imbongolo, ithole lethole.


Ungesabi, ndodakazi yaseSiyoni; bheka, iNkosi yakho iyeza, ihlezi etholeni lembongolo.


Hlabelela ujabule, ndodakazi yaseSiyoni, ngokuba bheka, ngiyeza, ngihlale phakathi kwakho,” usho uJehova.


Bhekani, uJehova umemezele kuze kube sekugcineni komhlaba: “Yishoni endodakazini yaseSiyoni ukuthi: “Bheka, insindiso yakho iyeza; bheka, inkokhelo yakhe inaye, uyasebenza phambi kwakhe.


Uyakuhlala eNobi ngalolo suku; uyosikisela isandla sakhe entabeni yendodakazi yaseSiyoni, igquma laseJerusalema.


Wasusa itabernakele lakhe ngamandla, kungathi lingaphandle kwensimu; wachitha izindawo zakhe zokubuthana; UJehova ukhohliwe imikhosi namasabatha eZiyoni, nangokuvutha kolaka lwakhe udelele inkosi nompristi.


Yeka indlela uJehova amboza ngayo indodakazi yaseSiyoni ngokuthukuthela kwakhe ngefu, wawisa ubuhle buka-Israyeli emhlabeni busuka ezulwini, futhi akasikhumbulanga isenabelo sezinyawo zakhe ngosuku lwentukuthelo yakhe!


Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.


Lapho uJehova ehlanza ukungcola kwamadodakazi aseSiyoni futhi ehlanza igazi laseJerusalema kulo ngomoya wokwahlulela nangomoya womlilo.


Ukuze ngishumayele zonke izindumiso zakho emasangweni endodakazi yaseSiyoni; ngizakwethaba ngensindiso yakho.


Uyakha indlu yakhe njengenundu nanjengedokodo elenziwa umlindi.


Njengabelusi bamelene nalo nxazonke; ngoba yangihlamukela,” kutsho uJehova.


Iyakudabula kwaJuda; uyakuchichima, adlule, afinyelele entanyeni; futhi ukwelula kwamaphiko akhe kuyogcwalisa ububanzi bezwe lakho, O Imanuweli!


Izwe lakini liyincithakalo, imizi yenu ishisiwe ngomlilo; izwe lenu abafokazi bayalidla phambi kwenu, liyincithakalo njengokuchithwa kwabafokazi.


Ukube uJehova Sebawoti ubengasishiyelanga insali encane, ngabe sifana neSodoma, sifana neGomora.


Uzakuthi enhliziyweni yakho: Ngubani ongizalele lokhu, mina ngilahlekelwe ngabantwana bami, ngilahliwe, ngiyisibotshwa njalo ngizulazula? futhi ubani oveze lokhu? Bheka, ngisele ngedwa; laba, bebekuphi na?


Ngafanisa indodakazi yaseSiyoni nowesifazane omuhle nonomusa.


Ngiyakumisa nxazonke zakho ngikuvimbezele ngentaba, ngikumisele izinqaba.


Abayinkulungwane bayakubalekela ukusolwa koyedwa; niyakubaleka esijezisweni sabahlanu, nize nihlale njengesibani esiqongweni sentaba nanjengebhanela egqumeni.


Mhlawumbe uJehova uNkulunkulu wakho uyakuzwa amazwi kaRabishake, inkosi yase-Asiriya, inkosi yakhe, emthumile ukuba ahlambalaze uNkulunkulu ophilayo, asole amazwi uJehova uNkulunkulu wakho awezwileyo; ngakho phakamisa umkhuleko wakho ngenxa yensali eseleyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ