Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Isaya 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Umbono ka-Izaya, indodana ka-Amozi, awubona maqondana noJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, uJothamu, u-Ahazi noHezekiya; amakhosi akwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Isaya 1:1
38 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa kaJerobowamu inkosi yakwa-Israyeli, u-Azariya indodana ka-Amasiya, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.


UShalumi indodana kaJabeshi waba yinkosi ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye ka-Uziya inkosi yakwaJuda; wabusa inyanga yonke eSamariya.


Ngomnyaka wesibili kaPheka indodana kaRemaliya inkosi yakoIsrayeli uJothamu indodana kaUziya inkosi yakoJuda waba yinkosi.


U-Azariya wayeselala koyise; bammbela koyise emzini kaDavide; uJothamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngomnyaka wesithathu kaHoseya, indodana ka-Ela, inkosi yakwa-Israyeli, uHezekiya indodana ka-Ahazi, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.


Yathuma u-Eliyakimi owayengamele indlu, noShebina, umbhali, namalunga abapristi, bembethe indwangu yamasaka, ku-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Uziya owayeneminyaka eyishumi nesithupha, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amasiya.


Ezinye izindaba zika-Uziya, ezokuqala nezokugcina, zalotshwa ngu-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.


UJothamu wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; Igama likanina lalinguJerusha, indodakazi kaSadoki.


U-Ahazi wayeneminyaka engamashumi amabili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; kepha akenzanga okulungile emehlweni kaJehova njengoDavide uyise.


Izinto ezingcwele zaziyizinkomo ezingamakhulu ayisithupha nezimvu eziyizinkulungwane ezintathu.


Khona-ke wakhuluma koNgcwele wakho embonweni wathi: “Nginikeze usizo olunamandla; ngiphakamisile okhethiweyo phakathi kwabantu.


Isiprofetho ngeBabele asibona u-Isaya, indodana ka-Amose.


Izwi u-Isaya, indodana ka-Amose, alibonayo ngoJuda neJerusalema.


Ngaso leso sikhathi uJehova wakhuluma ngo-Isaya indodana ka-Amose, wathi: “Hamba, ukhumule indwangu yesaka okhalweni lwakho, ukhumule izicathulo zakho onyaweni lwakho. Wakwenza, enqunu, engafakile nazicathulo.


Kwamenyezelwa kimi umbono onzima; uhwebo olungathembekile ngokukhohlisa, nabangathembekile bonakele. Khuphuka, Elamu, vimbezela, Mediya! Ngakuyeka konke ukububula kwakhe.


Yathuma u-Eliyakimi owayengamele indlu, noShebina, umbhali, namalunga abapristi, bembethe indwangu yamasaka, ku-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.


Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula waze wafa. Umprofethi u-Isaya indodana ka-Amose weza kuye, wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: “Lungisa indlu yakho, ngokuba uyakufa, awuyikuphila.


O Siyoni, oletha izindaba ezinhle, khuphuka intaba ende; Jerusalema, oletha izindaba ezinhle, phakamisa izwi lakho ngamandla; liphakamise, ungesabi; yisho emizini yakwaJuda ukuthi: ‘Nangu uNkulunkulu wenu!


Ngomnyaka wokufa kwenkosi u-Uziya ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sobukhosi esiphezulu nesiphakemeyo, umphetho wayo ugcwalisa ithempeli.


Ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya inkosi yakwaJuda uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya inkosi yakwa-Israyeli benyukela eJerusalema ukulwa nalo, kodwa akakwazanga ukukunqoba.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ningawalaleli amazwi abaprofethi abaprofetha kini; bakwenza ize; bakhuluma umbono ophuma ezinhliziyweni zabo, hhayi ophuma emlonyeni kaJehova.


Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu, ngenyanga yesine, ngolwesihlanu lwenyanga, ngiphakathi kweziboshwa ngasemfuleni iKebari, lavuleka izulu, ngabona imibono kaNkulunkulu.


Izwi likaJehova elafika kuHosheya indodana kaBeri emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Amazwi ka-Amose owayephakathi kwabelusi baseThekhowa awabona ngo-Israyeli emihleni ka-Uziya inkosi yakwaJuda nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi inkosi yakwa-Israyeli iminyaka emibili ngaphambi kokuzamazama komhlaba.


Ninikele ngomhlatshelo wokubonga onemvubelo, nimemezele, nimemezele iminikelo yesihle; ngokuba ninjalo nina bantwana bakwa-Israyeli, isho iNkosi uJehova.


Izwi likaJehova elafika kuMika waseMoreti ezinsukwini zikaJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, alibona ngeSamariya neJerusalema.


Isiprofetho ngeNineve. Incwadi yobuso bukaNahume wase-Elikosite.


UJehova wangiphendula, wathi: “Loba umbono, uwucacise ezibhebheni, ukuze ofundayo agijime.


Futhi wathi: Yizwani amazwi ami: Uma kukhona umprofethi phakathi kwenu, mina, iNkosi, ngizozazisa kuye ngombono futhi ngikhulume kuye ngephupho.


Wathi yena owawezwa amazwi kaNkulunkulu, wazi ukwazi koPhezukonke, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa ubuthongo, kepha amehlo akhe avuleka;


Wathi yena owezwa amazwi kaNkulunkulu, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa yisiyezi, kodwa amehlo akhe avuleka.


Sebehla entabeni, uJesu wabayala, wathi: “Ningatsheli muntu umbono, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.


Kwathi uPetru esangabaza phakathi kwakhe ukuthi uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda abethunyiwe evela kuKorneliyu ayebuzile indlu kaSimoni, emi ngasesangweni;


Ngakho-ke, nkosi Agripha, angibanga ngongalaleliyo umbono wasezulwini;


Akungifanele ukuzibonga. Ngizakuza emibonweni lezambulweni zeNkosi.


Ngokuba isiprofetho asifikanga endulo ngentando yomuntu, kepha abantu abangcwele bakaNkulunkulu bakhuluma beqhutshwa nguMoya oNgcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ