Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 8:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ngokwesibalo nangesisindo sazo zonke, nesisindo saso sonke salotshwa phansi ngaleso sikhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 konke-ke kwenziwa ngomumo nangesisindo; sonke isisindo salotshwa ngaleso sikhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Konke kwabalwa, kwakalwa, kwase kubhalwa phansi isisindo sakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 8:34
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kulindeni, nikugcine, nize nikukale phambi kwabapristi abakhulu namaLevi nezinhloko zawoyise bakwa-Israyeli eJerusalema, emakamelweni endlu kaJehova.


Ngosuku lwesine kwalinganiswa isiliva negolide nezitsha zendlu kaNkulunkulu wethu ngesandla sikaMeremoti indodana ka-Uriya umpristi; kanye naye kwakungu-Eleyazare indodana kaFinehasi; kanye nabo kwakunguJozabadi indodana kaJeshuwa, noNowa, indodana kaBinuwi, amaLevi;


Abantwana babathunjwa ababephuma ekuthunjweni baletha iminikelo yokushiswa kuNkulunkulu ka-Israyeli, izinkunzi eziyishumi nambili zika-Israyeli wonke, nezinqama ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesithupha, namawundlu angamashumi ayisikhombisa nesikhombisa, nezimpongo zesono eziyishumi nambili. Konke lokhu kwakungumnikelo wokushiswa kuJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ