Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 7:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Noma yini okuhle ngawe nabafowenu ukuba niyenze ngalo lonke elinye isiliva negolide, niyenze ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Okuhle kuwe nakubafowenu ukuba nikwenze ngesiliva negolide eliseleyo, kwenzeni ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 “Wena nabafowenu, lokho enikubona kufanele ukuba nikwenze ngesiliva nangegolide elisalileyo, kwenzeni ngokwentando kaNkulunkulu wenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 7:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphezu kwalokho, abazange babalelane namadoda ayenikele esandleni sawo imali ukuba anike izisebenzi, ngoba ayesebenza ngokwethembeka.


Kodwa emalini eyayiphiwe esandleni sabo kababalelwanga, ngoba benza ngokuthembeka.


ukuze usheshe uthenge ngale mali izinkunzi, nezinqama, namawundlu, neminikelo yako yokudla, neminikelo yako yokuphuzwa, unikele ngakho e-altare lendlu kaNkulunkulu wenu eseJerusalema.


Futhi izitsha onikelwe zona zenkonzo yendlu kaNkulunkulu wakho, lezi uzigcine phambi kukaNkulunkulu waseJerusalema.


Noma ngubani ongawenzi umthetho kaNkulunkulu wakho nomthetho wenkosi, makugwetshwe masinyane kuye, noma elokufa, noma elokuxoshwa, noma elokudliwa kwempahla, noma elokuboshwa.


Ngakho ningabi ngabangahlakaniphileyo, kodwa niqonde okuyintando yeNkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ