U-Ezra 6:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Futhi abakudingayo, amaduna, nezinqama, namawundlu, okomnikelo wokushiswa kaNkulunkulu wezulu, ukolweni, nosawoti, newayini, namafutha, njengokumisa kwabapristi abaseJerusalema, kube usuku lwabo. Ngosuku olunikezwe ngaphandle kokulibala: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Abakudingayo, amaduna, nezinqama, namawundlu okuyakuba yiminikelo yokushiswa kuNkulunkulu wezulu, kanye nokolweni, nosawoti, newayini, namafutha, njengezwi labapristi abaseJerusalema, mabanikwe khona imihla ngemihla kungaphuthi အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Noma yini abayidingayo: amaduna, izinqama, amawundlu abazokwenza ngakho iminikelo yokushiswa kuNkulunkulu wasezulwini, nokolo, usawoti, iwayini, namafutha, njengokusho kwabaphristi abaseJerusalema, mabanikwe lokho nsuku zonke, kungaphuthi, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |