Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 6:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwatholakala e-Akimetha esigodlweni esisesifundeni samaMede umqulu, nombhalo wemilando owawulotshwe kanje:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwafunyanwa e-Akimetha endlini yamakhosi esezweni laseMediya umqulu okwakulotshwe kuwo isikhumbuzo sokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kwatholakala umqulu e-Ekhibhathana, inhlokomuzi yesifundazwe eMediya, okwakulotshwe kuwo: Isikhumbuzo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 6:2
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngomnyaka wesishiyagalolunye kaHoseya inkosi yase-Asiriya yalithumba iSamariya, yathumbela u-Israyeli e-Asiriya, yababeka eHala naseHabori ngasemfuleni iGoshani nasemizini yamaMede.


Uma manje kukuhle enkosini, makuphenywe endlini yengcebo yenkosi elapho eBabele, ukuthi kuyicala yini elamiswa nguKoresi inkosi ukuba kwakhiwe le ndlu kaNkulunkulu eJerusalema, inkosi mayisithumele intokozo yayo kule ndaba.


Ngase ngithi: Bheka, ngiyeza (emqulwini wencwadi kulotshiwe ngami) ukwenza intando yakho, Nkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ