Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 6:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bamisa abapristi ngezigaba zabo namaLevi ngezigaba zabo enkonzweni kaNkulunkulu eseJerusalema; njengokulotshiweyo egwalweni lukaMozisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bamisa abapristi ngamaqembu abo namaLevi ngezigaba zawo ukuba baphathe inkonzo kaNkulunkulu eseJerusalema njengokulotshiweyo encwadini kaMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Babuye babeka abaphristi nabaLevi ngokwemikhakha yabo, ukuze baqhube inkonzo kaNkulunkulu eJerusalema, njengoba kulotshiwe encwadini kaMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 6:18
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lezi ziyizigaba zamadodana ka-Aroni: oNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari.


Emadodaneni ka-Uziyeli: uMika: emadodaneni kaMika; Shamir.


UDavide nezinduna zempi bazihlukanisela inkonzo yamadodana ka-Asafa, noHemani, noJeduthuni, abaprofetha ngamahabhu, namahabhu, namasimbali; umumo wezisebenzi ngokwenkonzo yazo wawu.


Inkonzo yalungiswa, abapristi bema ezindaweni zabo, namaLevi ngezigaba zabo ngokomyalo wenkosi.


Abapristi bema ezikhundleni zabo, namaLevi enezinsimbi zokubethela zikaJehova inkosi uDavide eyazenzayo ukuba kudunyiswe uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade lapho uDavide edumisa ngenkonzo yabo; abapristi bavuthela amacilongo phambi kwabo, wonke u-Israyeli wema.


Sondeza isizwe sakwaLevi, usimise phambi kuka-Aroni umpristi ukuba simkhonze.


AmaLevi uyakuwanika u-Aroni namadodana akhe; baphiwa kuye besuka phakathi kwabantwana bakoIsrayeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ