Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 6:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Abantwana bakwa-Israyeli, abapristi namaLevi nabanye abantwana babathunjwa bagcina ukunikezelwa kwale ndlu kaNkulunkulu ngokujabula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Abantwana bakwa-Israyeli, abapristi namaLevi nabanye abathunjwa, bagcina ukuhlanjululwa kwaleyo ndlu kaNkulunkulu ngokuthokoza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Abantu bakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi nabo bonke abantu ababuye ekuthunjweni, bayehlukanisela uNkulunkulu indlu ngenkulu injabulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 6:16
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi no-Israyeli wonke kanye nayo baletha umnikelo phambi kukaJehova.


USolomoni waletha umnikelo wokubonga awuletha kuJehova, izinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bayingcwelisa indlu kaJehova.


Ngakho wonke u-Israyeli wawukhuphula umphongolo wesivumelwano sikaJehova ngokujabula nangokukhala kwecilongo namacilongo namasimbali, ehlokoma ngamahabhu nangezinsimbi.


Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.


Ngaphezu kwalokho, inkosi uHezekiya nezikhulu bayala amaLevi ukuba ahlabelelele uJehova ngamazwi kaDavide naka-Asafa umboni. Bahlabelela izingoma zokudumisa ngentokozo, bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.


Ibandla lonke lacebisana ukwenza ezinye izinsuku eziyisikhombisa, futhi ezinye izinsuku eziyisikhombisa bajabula.


Kwaba khona intokozo enkulu eJerusalema, ngokuba kusukela emihleni kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, akuzange kube khona okunjalo eJerusalema.


Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili; inkosi nabo bonke abantu bayingcwelisa indlu kaNkulunkulu.


Kwathi izitha zakwaJuda noBenjamini zizwa ukuthi abantwana bokuthunjwa bamakhele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ithempeli;


bagubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa ngokuthokoza, ngokuba uJehova wabathokozisa, waletha kubo inhliziyo yenkosi yase-Asiriya ukuba iqinise izandla zabo emsebenzini wendlu kaNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli.


Ekwehlukaniselweni kogange lwaseJerusalema afuna amaLevi ezindaweni zawo zonke ukuba awalethe eJerusalema, ukugubha ukuhlanjululwa ngenjabulo, nangokubonga nangokuhlabelela, namasimbali, namahabhu, nangezinsimbi.


Basebesenza imihlatshelo emikhulu ngalolosuku, bathokoza, ngoba uNkulunkulu wabenza ngentokozo enkulu; abesifazane nabantwana bathokoza, kwaze kwazwakala ukuthokoza kweJerusalema kude.


Abapristi namaLevi nabalindisango nabahlabeleli nabanye abantu namaNethini no-Israyeli wonke bahlala emizini yabo; ekufikeni kwenyanga yesikhombisa abantwana bakoIsrayeli besemizini yabo.


Wayesethi kubo: “Hambani nidle amanoni, niphuze okumnandi, nithumele izabelo kwabangalungiselelwanga lutho; ngoba lolu suku lungcwele eNkosini yethu; ngokuba intokozo kaJehova ingamandla enu.


Ihubo likaDavide. Ngajabula lapho bethi kimi: “Masingene endlini kaJehova.


Khona-ke uDaniyeli walethwa phambi kwenkosi. Inkosi yasikhuluma, yathi kuDaniyeli: Wena unguDaniyeli yini, ongomunye wabantwana bakwaJuda abadingisiwe, inkosi, ubaba, eyabahola iphuma ezweni lamaJuda na?


Kwakungumkhosi wokuhlanjululwa eJerusalema; kwakusebusika.


Niyakudla lapho phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nijabule ngakho konke enibeka kukho isandla senu, nina nezindlu zenu uJehova uNkulunkulu wenu akubusisile kuzo.


Jabulani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Jabulani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ