Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sase sibuza kulawo maxhegu, sathi kuwo: “Ngubani owaniyaleza ukuba nakhe le ndlu, nakhe lezi zindonga na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Sase sibuza kulawo malunga, sasho kuwo kanje, sathi: ‘Ngubani owaniyaleza ukwakha le ndlu nokuqeda lolu gange na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 “Sase sikhuluma nalezo zikhulu, sababuza sathi: ‘Ngubani onigunyaze ukwakha le ndlu, nokuqeda lesi sakhiwo na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 5:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makwazeke enkosini ukuthi amaJuda akhuphukele kithi evela kuwe efika eJerusalema ukwakha umuzi ohlubukayo nomubi, akha izingange zawo, ahlanganisa izisekelo.


Sabuza futhi amagama abo ukuze sikuqinisekise, ukuze sibhale amagama amadoda ayeyizinhloko zawo.


Makwazeke enkosini ukuthi singenile ezweni lakwaJuda, endlini kaNkulunkulu omkhulu, eyakhiwe ngamatshe amakhulu, nemithi ibekwe ezindongeni; lomsebenzi uqhutshwa masinyane, abaphumelelayo ezandleni zabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ