Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Base bebhala uRehume umbusi, noShimishayi, umbhali, nabanye abangane babo; namaDina, nama-Afarzati, namaTarpeli, nama-Afarsite, nama-Arigi, nama-Babele, namaShushani, namaDehavi, nama-Elamu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 URehumi unqamulajuqu noShimshayi, umbhali, nabanye abangane babo, amaDinayi, nama-Afarisathiki, namaTharipheli, nama-Afarisi, nama-Arikhevi, nabaseBabele, namaShushaniki, namaDehavi, nama-Elamu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 URehumi umbusi, umShimshayi unobhala, nabanye, nabo bonke abangani babo, abehluleli nazo zonke izikhulu ezidabuka e-Erekhi, eBhabhele naseShushani ezweni lama-Elamu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 4:9
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantwana bakwaShemi: I-Elamu, ne-Ashuri, no-Arpakisadi, noLudi, no-Aramu.


Inkosi yase-Asiriya yaletha abantu eBabele, naseKutha, nase-Awa, naseHamati, naseSefarivayimi, yawabeka emizini yaseSamariya esikhundleni sabantwana bakwa-Israyeli; balidla iSamariya, bahlala emzini imizi yalo.


URehumi, umbusi, noShimishayi, umbhali, balobela inkosi u-Aritahishashita incwadi ngeJerusalema;


Ngalesosikhathi uThathenayi umbusi osentshonalanga komfula, loSetharibhosnayi labangane babo beza kubo, bathi kubo: Ngubani oniyale ukwakha le ndlu, lakhe lolugange?


Ikhophi yencwadi uThathenayi, umbusi wangasentshonalanga yoMfula, noShethari Bosnayi nabangane bakhe, ama-Afarizagi ayephesheya komfula, abayithumela kuDariyu inkosi:


Ngakho-ke, Thathenayi, mbusi ongaphetsheya komfula, leSetharibhozenayi, labangane benu, amaAfarzagi aphetsheya komfula, makube khatshana lalapho.


Wasekhuluma phambi kwabafowabo lebutho lebutho leSamariya wathi: Enzani lamaJuda abuthakathaka? bazoziqinisa na? bazahlabela yini? zizophela ngosuku? bayowavusa amatshe ezinqwabeni zemfucumfucu eshile na?


Ukuthi ngalezo zinsuku lapho inkosi u-Ahashiveroshi ihlezi esihlalweni sobukhosi sombuso wayo esigodlweni saseShushani,


Inkosi mayimise izinduna kuzo zonke izifunda zombuso wayo ukuba zibuthe zonke izintombi ezinhle esigodlweni saseSusa, endlini yabesifazane, ngaphansi kwesandla sikaHege, induna yenkosi, umlindi wabesifazane.


Kwamenyezelwa kimi umbono onzima; uhwebo olungathembekile ngokukhohlisa, nabangathembekile bonakele. Khuphuka, Elamu, vimbezela, Mediya! Ngakuyeka konke ukububula kwakhe.


nawo onke amakhosi aseZimri, nawo onke amakhosi ase-Elamu, nawo onke amakhosi amaMede;


Izwi likaJehova elafika kuJeremiya umprofethi nge-Elamu ekuqaleni kokubusa kukaSedekiya inkosi yakwaJuda, lithi:


Kukhona i-Elamu naso sonke isixuku salo nxazonke zethuna lalo, bonke ababuleweyo, abawe ngenkemba, abehlele ezindaweni eziphansi zomhlaba bengasokile, ababangele ukwesaba ezweni labaphilayo; nokho bathwala ihlazo labo kanye nabehlela egodini.


Ngasengibona embonweni; ngabona, ngiseShushani endlini yenkosi esesifundeni sase-Elamu; ngabona embonweni, ngasemfuleni i-Ulayi.


amaPhathiya, namaMede, namaElamu, nabakhileyo eMesophothamiya, naseJudiya, naseKaphadosiya, ePontu, nase-Asiya,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ