Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 4:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 URehumi, umbusi, noShimishayi, umbhali, balobela inkosi u-Aritahishashita incwadi ngeJerusalema;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 URehumi unqamulajuqu noShimshayi, umbhali, babhala incwadi enje ku-Aritahishashita inkosi ngeJerusalema ngokuthi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 URehumi, umbusi noShimishayi, unobhala, babhala incwadi emelana neJerusalema, bayiqondisa enkosini u-Arithahishashitha, ithi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 4:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USheva wayengumbhali, uSadoki no-Abiyathara babengabapristi.


uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


Lapho bebiza inkosi, u-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu waphuma waya kubo noShebina unobhala noJowaki indodana ka-Asafa umbusi.


Inkosi yasithumela impendulo kuRehumi umlawuli, loShimishayi umbhali, labanye abangane babo abahlala eSamariya lakwabanye abangaphetsheya koMfula: Ukuthula, njalonjalo.


Emihleni ka-Aritahishashita, uBislam, noMitredati, uThabeli nabanye abangane babo balobela u-Aritahishashita inkosi yasePheresiya; ukubhalwa kwencwadi kulotshiwe ngesi-Aramu, kwahunyushwa ngesi-Aramu.


Base bebhala uRehume umbusi, noShimishayi, umbhali, nabanye abangane babo; namaDina, nama-Afarzati, namaTarpeli, nama-Afarsite, nama-Arigi, nama-Babele, namaShushani, namaDehavi, nama-Elamu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ