U-Ezra 3:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Bahlabelela kanyekanye ukudumisa nokudumisa uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe ku-Israyeli umi phakade. Bonke abantu bakhamuluka ngokukhamuluka okukhulu lapho bedumisa uJehova, ngoba isisekelo sendlu kaJehova sase sibekiwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Baphendulana ngokumdumisa nangokumbonga uJehova, bathi: “Ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade phezu kuka-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka ngokukhamuluka okukhulu ekumdumiseni kwabo uJehova, ngokuba isisekelo sendlu kaJehova sase sibekiwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 Babemdumisa uSimakade, bembonga ngamaculo, becula bethi: “Ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade ku-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka, bamemeza kakhulu ngentokozo, bedumisa uSimakade lapho bebona kubekwa isisekelo sendlu yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |