Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:70 - Contemporary Zulu Bible 2024

70 Abapristi namaLevi nabanye abantu nabahlabeleli nabalindisango namaNethini bahlala emizini yabo, no-Israyeli wonke emizini yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

70 Base behlala abapristi, namaLevi, nabanye abantu abathile, nabahlabeleli, nabalindisango, namaNethini* emizini yabo, bonke abakwa-Israyeli emizini yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

70 Abaphristi, abaLevi, abanye abantu, abahlabeleli, abalindisango nabantu ababesebenza ethempelini bahlala emizini yakubo. Wonke u-Israyeli wahlala emizini yakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:70
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base befika babiza umlindisango womuzi, bamtshela ukuthi: “Safika ekamu lama-Aramu, bheka, kwakungekho muntu lapho, nezwi lomuntu, kuphela amahhashi ahlonyiweyo nezimbongolo ezihlonyiwe, namatende njengoba ayenjalo.


Futhi nasendulo, lapho uSawule eseyinkosi, nguwe owawukhipha u-Israyeli futhi ungenisa;


Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.


Laba bangabantwana besifunda abenyuka besuka ekuthunjweni kwabathunjwa, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, abathumbela eBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo;


Abapristi namaLevi nabalindisango nabahlabeleli nabanye abantu namaNethini no-Israyeli wonke bahlala emizini yabo; ekufikeni kwenyanga yesikhombisa abantwana bakoIsrayeli besemizini yabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ