Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: ngamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

36 Abaphristi: abozalo lukaJedaya, bendlu kaJeshuwa, babengama-973;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:36
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwafunyanwa phakathi kwamadodana abapristi ababethathe abafazi bezizwe emadodaneni kaJeshuwa kaJosadaki nabafowabo; noMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya.


Emadodaneni kaHarimi: oMahaseya, no-Eliya, noShemaya, noJehiyeli, no-Uziya.


Emadodaneni kaPhasguri: u-Eljoenayi, noMahaseya, no-Ishmayeli, noNethaneli, noJozabadi, no-Elasa.


abantwana baseSenagi: yizinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha namashumi amathathu;


Khona-ke uJesuma kanye namadodana akhe nabafowabo, uKadimiyeli namadodana akhe, amadodana kaJuda, ukuze baqondise izisebenzi endlini kaNkulunkulu: amadodana kaHenadadi, namadodana awo nabafowabo, amaLevi.


Bonke abanye abantu, abapristi, namaLevi, nabalindisango, nabahlabeleli, namaNethini, nabo bonke abazahlukanisa nabantu bamazwe ngokomthetho kaNkulunkulu, nawomkabo, namadodana abo, namadodakazi abo, yilowo nalowo onolwazi nokuqondisisa;


Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ