Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Abantwana baseJeriko: ngamakhulu amathathu namashumi amane nanhlanu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 abantwana baseJeriko: ngamakhulu amathathu namashumi amane nanhlanu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 abozalo lwaseJerikho bengama-345,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:34
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinsukwini zakhe uHiyeli waseBethele wakha iJeriko; wabeka isisekelo salo ngo-Abiramu, izibulo lakhe, wamisa amasango alo ngoSegubi indodana yakhe encane, njengezwi likaJehova alikhuluma enkonzweni kaJoshuwa, indodana kaNuni.


Asukuma amadoda ayebiziwe, athatha iziboshwa, agqokisa bonke ababenqunu phakathi kwabo, abembathisa, abagqokisa izicathulo, abanika ukuba badle, baphuze, abagcoba, abaphulukisa bonke ababuthakathaka babathwala ngezimbongolo, abaletha. EJeriko, umuzi wamasundu, kubafowabo; ngemva kwalokho babuyela eSamariya.


abantwana baseLodi, naseHadidi, nase-Ono: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi amabili nanhlanu.


abantwana baseSenagi: yizinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha namashumi amathathu;


Eceleni kwakhe kwakha amadoda aseJeriko. Eceleni kwabo kwalungisa uSakuri indodana ka-Imri.


abantwana baseJeriko: ngamakhulu amathathu namashumi amane nanhlanu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ