Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 abantwana bakwaPharosi: yizinkulungwane ezimbili nekhulu namashumi ayisikhombisa nambili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 abantwana bakwaPharoshi: yizinkulungwane ezimbili nekhulu namashumi ayisikhombisa nambili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 abozalo lukaPharoshi babeyizi-2 172,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 2:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwa-Israyeli: emadodaneni kaPharosi: uRamiya, noJesiya, noMalkhiya, noMiyamini, no-Eleyazare, noMalikiya, noBenaya.


abeza noZerubhabheli: ngoJeshuwa, noNehemiya, noSeraya, noRehelaya, noMoridekayi, noBilisani, noMispari, noBhigwayi, noRehumi, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli:


abantwana bakwaShefathiya: ngamakhulu amathathu namashumi ayisikhombisa nambili;


Lezi ziyizinhloko zawoyise, nalezi ziyizizukulwane zalabo abenyuka nami besuka eBabele ekubuseni kwenkosi u-Aritahishashita.


Emadodaneni kaSeganja, emadodaneni kaFaro; uZakariya, enaye kwabhalwa ohlwini lozalo lwamadoda, ikhulu namashumi ayisihlanu.


UPhalali indodana ka-Usayi, malungana negumbi logange nombhoshongo ophuma endlini ephakeme yenkosi, egcekeni letilongo. Ngemva kwakhe uPhedaya indodana kaPharosi.


abantwana bakwaPharosi: yizinkulungwane ezimbili nekhulu namashumi ayisikhombisa nambili;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ