Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 10:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Manje masenze isivumelwano noNkulunkulu wethu sokususa bonke abesifazane nabazelwe yibo ngokweseluleko senkosi yami nesalabo abathuthumela ngomyalo kaNkulunkulu wethu; futhi makwenziwe ngokomthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngalokho masenze isivumelwano noNkulunkulu wethu ukuba silahle bonke abesifazane nabazelwe yibo ngesiluleko senkosi nesabathuthumela ngomyalo kaNkulunkulu wethu; akwenziwe ngomthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Manje-ke masenze isivumelwano noNkulunkulu wethu sokubalahla bonke laba besifazane nezingane zabo, ngokwesiluleko senkosi yami nalabo abayesabayo imithetho kaNkulunkulu wethu; makwenziwe njengokumisiweyo emthethweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 10:3
25 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoyada wenza isivumelwano phakathi kukaJehova nenkosi nabantu ukuba babe ngabantu bakaJehova; naphakathi kwenkosi nabantu.


Manje sekusenhliziyweni yami ukwenza isivumelwano noJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuze ulaka lwakhe lusuke kithi.


Futhi kwaJuda kwakukhona isandla sikaNkulunkulu ukubanika inhliziyo eyodwa ukwenza umyalo wenkosi nezikhulu ngezwi likaJehova.


Hambani ningibuzele kuJehova, nangenxa yabaseleyo kwa-Israyeli noJuda, ngamazwi encwadi efunyenweyo; ngokuba inkulu intukuthelo kaJehova ethelulwe phezu kwethu, ngokuba obaba abaligcinanga izwi likaJehova ukuba benze njengakho konke okulotshwe kule ncwadi.


Ngokuba inhliziyo yakho yayithambile, wazithoba phambi kukaNkulunkulu lapho wezwa amazwi akhe ngale ndawo nabakhileyo kuyo, wazithoba phambi kwami, waklebhula izingubo zakho, wakhala phambi kwami; nami nginizwile,” usho uJehova.


Ngakho vumani manje uJehova uNkulunkulu wawoyihlo, nenze njengokufisa kwakhe, nizahlukanise nabantu bezwe nakwabesifazane bezizweni.


Bonke bathatha abafazi babezizwe, futhi abanye babo babenabafazi abazalela kubo abantwana.


Bonke abantu bakwaJuda nabakwaBenjamini babuthana eJerusalema ngezinsuku ezintathu. Kwakuyinyanga yesishiyagalolunye, ngosuku lwamashumi amabili lwenyanga; bonke abantu bahlala esigcawini sendlu kaNkulunkulu bethuthumela ngenxa yale ndaba nangenxa yemvula enkulu.


Base bebuthana kimi bonke abathuthumela ngamazwi kaNkulunkulu ka-Israyeli ngenxa yesiphambeko somhambi; ngahlala ngimangele kwaze kwaba ngumnikelo wakusihlwa.


Ababekwa uphawu babengoNehemiya, umTirisatha, indodana kaHagaliya, noSedekiya,


Bathola izincazelo emthethweni uJehova ayala ngawo ngesandla sikaMose ukuthi abantwana bakwa-Israyeli bahlale emadokodweni ngomkhosi wenyanga yesikhombisa.


Futhi ngenxa yakho konke lokhu senza isivumelwano esiqinile futhi sisilobe; nezikhulu zethu, namaLevi, nabapristi bethu, bayawunamathelisa.


Inyama yami iyathuthumela ngenxa yakho; futhi ngiyazesaba izahlulelo Zakho.


Ngazikhumbula izindlela zami, ngabuyisela izinyawo zami ebufakazini bakho.


Ngokuba zonke lezi zinto zenziwe yisandla sami, futhi zonke lezi zinto zenzekile, kusho uJehova; kepha lo ngiyakumbheka ompofu nobuthakathaka emoyeni, othuthumela ngezwi lami.


Emthethweni nasebufakazini: uma bengakhulumi njengaleli zwi, kungoba akukho ukukhanya kubo.


UJehova wathi kuye: “Dabula phakathi kwedolobha, phakathi kweJerusalema, ubeke uphawu emabunzini abantu ababubulayo nabakhalayo ngenxa yazo zonke izinengiso ezenziwa phakathi kwawo.”


Ukuba wenze isivumelwano noJehova uNkulunkulu wakho nangesifungo sakhe uJehova uNkulunkulu wakho asenza nawe namuhla.


Baya kuJoshuwa ekamu laseGiligali, bathi kuye nakubantu bakwa-Israyeli: “Sivela ezweni elikude; bese wenza isivumelwano nathi manje.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ