U-Ezra 10:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Kwafunyanwa phakathi kwamadodana abapristi ababethathe abafazi bezizwe emadodaneni kaJeshuwa kaJosadaki nabafowabo; noMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Abafunyaniswa phakathi kwamadodana abapristi ukuthi bathathe abesifazane babezizwe nampa: kumadodana kaJeshuwa indodana kaJosadaki nakubafowabo: ngoMahaseya, no-Eliyezeri, noJaribi, noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Abafunyaniswa phakathi kwabozalo lwabaphristi ukuthi baganwe ngabesifazane babezizwe yilaba: kwabozalo lukaJeshuwa: indodana kaJozadaki, nakubafowabo, nguMahaseya, u-Eliyezeri, uJaribi noGedaliya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngomnyaka wesibili wokufika kwabo endlini kaNkulunkulu eJerusalema, ngenyanga yesibili, uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, noJeshuwa, indodana kaJosadaki, nensali yabafowabo, abapristi namaLevi, futhi zonke ziqala. Abaphuma ekuthunjweni baya eJerusalema; wamisa amaLevi, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, ukuba amele umsebenzi wendlu kaJehova.