U-Ezra 10:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Abantwana beziboshwa benze njalo. U-Ezra umpristi, nezinhloko zezindlu zawoyise ngokwezindlu zawoyise, nabo bonke ngokwamagama abo, bahlukaniswa, bahlala phansi ukuyiphenya indaba ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Kepha abathunjwa benze njalo. Kwakhethwa u-Ezra, umpristi, namadoda ayizinhloko zawoyise njengezindlu zawoyise, bonke ngamagama; bahlala ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi ukuyiphenya le ndaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Ababuye ekuthunjweni benza kanjalo. U-Ezra umphristi waqoka amadoda, izinhloko zemindeni ngokwezindlu zokhokho bazo, yileyo naleyo ibizwe ngegama. Lawo madoda ahlangana ngosuku lokuqala, ngenyanga yeshumi, ukuze aphande kabanzi ngalolu daba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |