Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nanku umumo wazo: izingqwembe zegolide ezingamashumi amathathu, izingqwembe zesiliva eziyinkulungwane, ommese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nanku umumo wazo: izingqwembe ezingamashumi amathathu zegolide, nezingqwembe eziyinkulungwane zesiliva, nawomese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Nantu uhla lwazo: imicengezi yegolide yeminikelo engama-30, imicengezi yesiliva yeminikelo eyinkulungwane nemimese engama-29,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 1:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nezitsha, nezinkezo, nezitsha, nezitsha, nemicengezi yomlilo yegolide elicwengekileyo; nezinti zegolide zeminyango yendlu engaphakathi, iNgcwelengcwele, nezeminyango yendlu, eyethempeli.


Induna yemilindankosi yazithatha imicengezi yomlilo nezitsha nakho konke okwakungokwegolide, igolide nesiliva, okuyisiliva.


Sebeqedile, baletha imali eseleyo phambi kwenkosi noJehoyada, okwakwenziwe ngayo izitsha zendlu kaJehova, izitsha zokukhonza nezokuhlabela kanyekanye, nezinkezo nezitsha zegolide nezesiliva. Banikela ngeminikelo yokushiswa njalo endlini kaJehova zonke izinsuku zikaJehoyada.


UHiramu wenza amakhanzi, namafosholo, nezitsha. UHiramu wawuqeda umsebenzi okwakumelwe awenzele inkosi uSolomoni yendlu kaNkulunkulu;


Wenza amatafula ayishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene namahlanu ngakwesokhohlo. Futhi wenza izitsha eziyikhulu zegolide.


Izitsha zegolide ezingamashumi amathathu, izitsha zesiliva zohlobo lwesibili ezingamakhulu amane neshumi nezinye izitsha eziyinkulungwane.


Ngalinganisa nazo amathalenta esiliva angamakhulu ayisithupha namashumi amahlanu namatalenta ayikhulu ezinto zesiliva namatalenta ayikhulu egolide;


nezitsha ezingamashumi amabili zegolide zamadarike ayinkulungwane; nezitsha ezimbili zethusi elicolekileyo, eziyigugu njengegolide.


Ngakho abapristi namaLevi bathatha isisindo sesiliva negolide nezitsha ukuba bakuyise eJerusalema endlini kaNkulunkulu wethu.


Umnikelo wakhe wawuyisitsha esisodwa sesiliva, isisindo saso sasingamashekeli ayikhulu namashumi amathathu, nomganu owodwa wesiliva wamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele; zombili zazigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha njengomnikelo wempuphu.


Yayisiyaliwe ngunina yathi: Nginike lapha ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ