Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lazo uKoresi inkosi yasePheresiya wazikhipha ngesandla sikaMithiredati umphathi-sikhwama, wazibalela uSheshibhazari isikhulu sakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 yebo, zona uKoresi inkosi yasePheresiya wazikhipha ngesandla sikaMithiredati umphathisikhwama, wazibalela kuSheshebasari isikhulu sakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Inkosi uKhoresi yasePheresiya lezo zinto wazinika uMithiredathi, umphathisikhwama, ukuba azibale, azinike uSheshibhazari, umbusi wakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 1:8
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zonke izitsha zegolide nezesiliva zaziyizinkulungwane ezinhlanu namakhulu amane. Konke lokhu kwabangela ukuba uSheshibazari akhuphuke kanye nabo ekuthunjweni okwakhushulelwa eJerusalema esuka eBhabhiloni.


abeza noZerubhabheli: ngoJeshuwa, noNehemiya, noSeraya, noRehelaya, noMoridekayi, noBilisani, noMispari, noBhigwayi, noRehumi, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli:


Futhi izitsha zegolide nezesiliva zendlu kaNkulunkulu uNebukadinesari azikhipha ethempelini eliseJerusalema nasethempelini laseBhabhiloni, uKoresi inkosi wazithatha ethempelini laseBhabhiloni, zanikezwa ogama lakhe lalinguyise. USheshebazari, owamenza umbusi;


Wayesefika yena loSheshibazari, wabeka isisekelo sendlu kaNkulunkulu eseJerusalema;


Khona-ke uZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa indodana kaJehoshadaki basukuma baqala ukwakha indlu kaNkulunkulu eseJerusalema, kanye nabaprofethi bakaNkulunkulu ababebasiza.


Ngiyakuhambela uBeli eBabele, ngikhiphe emlonyeni wakhe akugwinyile; izizwe azisayikubuthanela kuye; yebo, udonga lwaseBabele luyakuwa.


Ngomnyaka wesibili wenkosi uDariyu, ngenyanga yesithupha, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika ngoHagayi umprofethi kuZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa, indodana kaJosefa, umpristi omkhulu, uthi:


UJehova wawuvusa umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa, indodana kaJehosadeki, umpristi omkhulu, nomoya wayo yonke insali yabantu; beza, basebenza endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ