Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 1:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Inkosi uKoresi yazikhipha izitsha zendlu kaJehova uNebukadinesari ayezikhiphe eJerusalema, wazibeka endlini yawonkulunkulu bakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UKoresi inkosi wakhipha izinto zendlu kaJehova, uNebukadinesari ayezikhiphile eJerusalema wazibeka endlini yawonkulunkulu bakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Inkosi uKhoresi yazikhipha yona mathupha izitsha zasendlini kaSimakade ezazithathwe nguNebukhadinezari eJerusalema, wazibeka ethempelini lonkulunkulu bakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 1:7
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakhipha khona yonke ingcebo yendlu kaJehova, nengcebo yendlu yenkosi, nazo zonke izitsha zegolide uSolomoni inkosi yakwa-Israyeli ayezenzile ethempelini likaJehova, wazihlahlela zaba yizicucu kusho uJehova.


Lapho umnyaka usuphelile, inkosi uNebukadinesari yathumela yamyisa eBhabhiloni kanye nezitsha ezinhle zendlu kaJehova, yabeka umfowabo uZedekiya inkosi kwaJuda naseJerusalema.


Zonke izitsha zendlu kaNkulunkulu, ezinkulu nezincane, nengcebo yendlu kaJehova, nengcebo yenkosi neyezikhulu zayo; konke lokhu wakuyisa eBabele.


UNebukadinesari waletha ezinye zezitsha zendlu kaJehova eBhabhiloni wazibeka ethempelini lakhe eBhabhiloni.


Futhi izitsha zegolide nezesiliva zendlu kaNkulunkulu uNebukadinesari azikhipha ethempelini eliseJerusalema nasethempelini laseBhabhiloni, uKoresi inkosi wazithatha ethempelini laseBhabhiloni, zanikezwa ogama lakhe lalinguyise. USheshebazari, owamenza umbusi;


Futhi izitsha zegolide nezesiliva zendlu kaNkulunkulu uNebukadinesari azikhipha ethempelini eliseJerusalema waziyisa eBhabhiloni, mazibuyiswe, zibuyiselwe ethempelini eliseJerusalema, kube yileso naleso endaweni yaso nendawo yaso endlini kaNkulunkulu.


Ngiyakuhambela uBeli eBabele, ngikhiphe emlonyeni wakhe akugwinyile; izizwe azisayikubuthanela kuye; yebo, udonga lwaseBabele luyakuwa.


UJehova wanikela uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, esandleni sakhe kanye nengxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu aziletha ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe; wazingenisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.


Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ