U-Ezra 1:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Futhi wonke umuntu osele nomaphi lapho egogobala khona, amadoda asendaweni yakhe makamsize ngesiliva, nangegolide, nangezimpahla, nangezinkomo, kanye nomnikelo wesihle wendlu kaNkulunkulu eseJerusalema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Bonke abaseleyo, nakuziphi izindawo lapho begogobele khona, mabasizwe ngabantu bendawo yabo ngesiliva, nangegolide, nangempahla, nangezinkomo kanye nomnikelo wesihle wendlu kaNkulunkulu eseJerusalema.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 Yonke insali esezindaweni zonke lapho igogobele khona, noma ngabe ihleli kuphi, kufanele ilekelelwe ngabendawo yakubo, bayinike isiliva, igolide, izimpahla, imfuyo neminikelo yesihle yendlu kaNkulunkulu eJerusalema.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |