Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 9:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 UJehova Sebawoti nguye othinta izwe, lincibilike, bonke abakhileyo kulo balile; futhi liyakukhuphuka liphelele njengesikhukhula; njalo lizaminzwa njengomfula waseGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 INkosi uNkulunkulu Sebawoti yiyo ethinta umhlaba, uncibilike, bakhale bonke abakhileyo kuwo; uyakukhukhumala wonke njengeNayile, ubuye ubohle njengomfula waseGibithe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 INkosi uSimakade Wamabandla nguye othinta umhlaba, uncibilike, balile bonke abahlala kuyo; uyakukhukhumala wonke njengomfula, ubuye ubohle njengomfula eGibhithe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 9:5
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyawubheka umhlaba, uthuthumele; Uthinta amagquma, ashunqe.


Thobisa izulu lakho, Jehova, wehle; zithinte izintaba, zithunqe.


Ngenxa yalokhu bonke abangcwele bayakukhuleka kuwe ngesikhathi sokufunyanwa kwakho; impela, emifuleni yamanzi amaningi abayikusondela kuye.


Izizwe ziyaxokozela, imibuso iyazamazama; walizwakalisa izwi lakhe, umhlaba uyancibilika.


Izintaba zancibilika njengengcina phambi kweNkosi, phambi kweNkosi yomhlaba wonke.


Uma ungadabula izulu, wehle, izintaba zehle phambi kwakho,


Koze kube nini izwe lilila nezimila zensimu zibuna ngenxa yobubi babakhileyo na? izilwane zaqedwa nezinyoni; ngoba bathi: Kayikubona ukuphela kwethu.


Ngalokho izwe liyakukhala, bonke abakhileyo kulo badangale, nezilwane zasendle nezinyoni zezulu; yebo, ngisho nezinhlanzi zolwandle ziyosuswa.


Ngeke yini izwe lithuthumele ngenxa yalokhu futhi bonke abahlala kulo balile? futhi liyakukhuphuka liphele njengozamcolo; liyakuphonswa ngaphandle, liminze njengomfula waseGibithe.


Izintaba ziyathuthumela ngenxa yakhe, namagquma ayancibilika, nomhlabathi uyasha phambi kobuso bakhe, yebo, umhlaba nabo bonke abahlala kuwo.


Ngubani ongema phambi kolaka lwakhe? Ngubani ongahlala ekuvutheni kolaka lwakhe na? ulaka lwakhe luthululwa njengomlilo, namadwala awiswa phansi nguye.


Izintaba zakubona, zathuthumela; isikhukhula samanzi sadlula; uZamcolo waphakamisa izwi lakhe, waphakamisa izandla zakhe phezulu.


Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya kuleyo ndlu; yawa: kwaba kukhulu ukuwa kwayo.


Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekela ubuso bakhe nezulu; kabafunyanwanga indawo yabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ