U-Amose 8:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Bhekani, izinsuku ziyeza, isho iNkosi uJehova, lapho ngiyakuthuma khona indlala ezweni, kungabi-yindlala yesinkwa, kungabi ngokomela amanzi, kodwa eyokuzwa amazwi kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 “Bhekani, izinsuku ziyeza,” isho iNkosi uJehova, “lapho ngiyakuthuma indlala ezweni, kungabi yindlala yezinkwa, kungabi ngukomela amanzi, kepha kube ngeyokuzwa amazwi kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 “Niyabona-ke, ziyeza izinsuku, lapho ngiyakuthumela indlala ezweni, hhayi indlala yesinkwa, hhayi eyokomela amanzi, kodwa indlala yokuzwa amazwi kaSimakade,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |