Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 6:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uma kusala amadoda ayishumi endlini eyodwa, azokufa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuyakuthi uma kusele amadoda ayishumi endlini inye, afe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Kuyakuthi uma kusele amadoda alishumi endlini eyodwa, afe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 6:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


Amadodana ayishumi kaHamani indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda, ababulala; kepha abazibekanga izandla zabo empangweni.


Bheka, kwafika umoya omkhulu ovela ehlane, washaya amagumbi omane endlu, yawela phezu kwezinsizwa, zafa; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele.


Wazalelwa amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu.


Izithelo zendlu yakhe ziyakumuka, nempahla yakhe iyakugobhoza ngosuku lolaka lwakhe.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Lungiselelani abantwana bakhe ukuhlaba ngenxa yobubi bawoyise; funa bavuke badle izwe, bagcwalise ubuso bomhlaba ngemizi.


Ngoba ukufa kukhuphuke emafasiteleni ethu futhi kwangena ezindlini zethu zobukhosi ukuze kunqume abantwana ngaphandle nezinsizwa ezitaladini.


Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Umuzi owaphuma uyinkulungwane uyakusala uyikhulu, owaphuma unekhulu, uyakusalela indlu ka-Israyeli ishumi.


Umuntu wakini engingayikumbhubhisa kumama, uyakuqeda amehlo akho, enze inhliziyo yakho ibe lusizi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ