Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 6:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Hambani niye eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu; bese wehlela eGati lamaFilisti. Ingabe ingcono kunale mibuso? noma umngcele wabo mkhulu kunomngcele wakho?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Dlulelani eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu, bese nehlela eGati lamaFilisti; bahle kunale mibuso yini, umkhawulo wabo mkhulu kunomkhawulo wenu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Dlulelani eKhaline, nibone; nisuke lapho niye eHamathi elikhulu, bese nehlela eGathi lamaFilisti. Bangcono yini kunale mibuso na? Ngabe izwe labo likhulu yini kunelenu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 6:2
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukuqala kombuso wakhe kwakuyiBabele, ne-Ereki, ne-Akadi, neKaline ezweni laseShineyari.


Kwathi uThoyi inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye ibutho lonke likaHadadezeri,


USolomoni wenza idili ngaleso sikhathi, no-Israyeli wonke enaye, ibandla elikhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe, phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, izinsuku eziyishumi nane.


Inkosi yase-Asiriya yaletha abantu eBabele, naseKutha, nase-Awa, naseHamati, naseSefarivayimi, yawabeka emizini yaseSamariya esikhundleni sabantwana bakwa-Israyeli; balidla iSamariya, bahlala emzini imizi yalo.


Abantu baseBabele benza iSukoti-bhenoti, abantu baseKuti benza uNerigali, abantu baseHamati benza uAshima.


Baphi onkulunkulu baseHamati nase-Aripadi? baphi onkulunkulu baseSefarivayimi, naseHena, nase-Iwa? balisindise iSamariya esandleni sami na?


Iphi inkosi yaseHamati, nenkosi yase-Aripadi, nenkosi yomuzi waseSefarivayimi, naseHena, nase-Iwa?


Waphuma walwa namaFilisti, wadiliza ugange lwaseGati, nogange lwaseJabine, nogange lwase-Ashidodi, wakha imizi ngase-Ashidodi naphakathi kwamaFilisti.


Mayelana neDamaseku. IHamati ijabhile ne-Aripadi, ngokuba kuzwile izindaba ezimbi; badangele; kukhona ukudabuka olwandle; akukwazi ukuthula.


Wena ungcono yini kunabantu baseNo, ababemi phakathi kwemifula, amanzi abo nxazonke, osebe lwabo lululwandle, nogange lwabo lwaluvela olwandle, na?


Esakhuluma nabo, bheka, kwenyuka iqhawe, umFilisti waseGati, ogama lakhe linguGoliyati, liphuma emabuthweni amaFilisti, lakhuluma wona lawo mazwi, uDavide wawezwa.


Kwaphuma iqhawe ekamu lamaFilisti, igama likaGoliyati waseGati, obude bakhe buyizingalo eziyisithupha nobubanzi besandla.


Ngakho bathumela umphongolo kaNkulunkulu e-Ekroni. Kwathi umphongolo kaNkulunkulu usufikile e-Ekroni, abase-Ekroni bakhala bathi: “Balethile umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli kithi ukuba basibulale thina nabantu bakithi.


Basebethumela, babuthana kubo zonke iziphathamandla zamaFilisti, zathi: Sizakwenzani ngomphongolo kaNkulunkulu kaIsrayeli? Basebesithi: Umphongolo kaNkulunkulu kaIsrayeli kawususelwe eGathi. Bawuletha khona umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ