Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abaqinisa abaphangiwe kwabanamandla, abaphangiweyo beze bemelene nenqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 owenza ukuchitha ukuba kunyazime phezu kwabanamandla, nencithakalo ukuba yehlele izinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 wehlisela imbubhiso kwabanamandla ngokuphazima, nencithakalo yehlele izinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 5:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Vula ifasitela ngasempumalanga.” Wase evula. Wayesethi u-Elisha: “Dubula! Futhi wadubula. Wathi: “Umcibisholo wensindiso ovela kuJehova, umcibisholo wensindiso kwa-Aramu, ngokuba uyakuwachitha ama-Aramu e-Afeki, uze uwaqede.


UJowashi indodana kaJowahazi waphinda wathatha esandleni sikaBeni Hadadi indodana kaHasayeli imizi ayeyithathile esandleni sikayise uJowahazi empini. UJehowashi wamshaya kathathu, wabuyisa imizi yakwa-Israyeli.


Isixuku sabafokazi bakho siyakuba njengothuli olucolekileyo, isixuku sabanamandla njengamakhoba adlulayo; yebo, kuzoba ngokuzumayo.


Ngoba noma benilichithe lonke ibutho lamaKaledi alwa nani, kwasala abalimele phakathi kwabo, nokho bebeyakuma, kube yilowo nalowo etendeni lakhe, awushise lo muzi ngomlilo.


Ngakho ukubaleka kwejubane kuyakubhubha, nonamandla akayikuqinisa amandla akhe, neqhawe aliyikuzisindisa.


Ngiyakuchitha imizi yezwe lakho, ngizidilize zonke izinqaba zakho.


bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ