Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? iNkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? INkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ingonyama ibhongile, pho ngubani ongayukwesaba na? INkosi uSimakade ikhulumile, pho ngubani ongayukuphrofetha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 3:8
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

O isibuya sami nokolweni wesibuya sami! lokho engikuzwile kuJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngikumemezele kini.


Ngoba itsho njalo kimi iN kosi, isithi: Njengesilwane lebhongo lesilwane elibhongela impango yayo, lapho abelusi bebizelwa phezu kwayo, kayiyikwesaba ilizwi labo, kayikuzithoba ngenxa yomsindo yabo hhayi. Kanjalo uJehova Sebawoti uyakwehla ukuba alwele intaba yaseSiyoni negquma layo.


Ngase ngithi: “Angisayikumkhuluma, angisayikukhuluma egameni lakhe.” Kepha izwi lakhe lalinjengomlilo ovuthayo ovalelwe emathanjeni ami enhliziyweni yami;


UJeremiya wayesekhuluma kuzo zonke izikhulu nakubo bonke abantu, wathi: “UJehova ungithumile ukuba ngiprofethe ngale ndlu nangalumuzi onke amazwi eniwazwileyo.


Ngalolo suku ngiyakuhlumisa uphondo lwendlu yakwa-Israyeli, ngikunike ukuvulwa komlomo phakathi kwabo; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


Wathi: “UJehova uyakubhonga eseSiyoni, aphakamise izwi lakhe eJerusalema; amadlelo abelusi ayakulila, nesiqongo seKarmeli sibune.


Kepha nina naphuzisa amaNaziri iwayini; walaya abaprofethi, wathi: Lingaprofethi.


Ingonyama ingabhonga yini ehlathini, ingenampango? Ibhongo lengonyama liyakhala emphandwini walo uma lingabambanga lutho na?


Ngokuba thina asinakuyeka ukukhuluma ngalokho esikubonileyo nesikuzwileyo.


Hambani, nime nikhulume ethempelini kubantu amazwi onke alokhu kuphila.


UPetru nabanye abaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


Ngokuba noma ngishumayela ivangeli, anginakuzibonga, ngokuba kube yimpoqo phezu kwami; yebo, maye kimi uma ngingalishumayeli ivangeli!


Omunye wamalunga wathi kimi: “Ungakhali; bheka, inqobile iNgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, ukuvula incwadi nokuthukulula izimpawu zayo eziyisikhombisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ