Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 2:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ophatha umnsalo akayikuma; futhi onejubane ngeke azisindise; nogibele ihhashi ngeke azisindise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Obambe umnsalo akayikuma; onejubane ngezinyawo zakhe kayikuzikhulula, nokhwele ihhashi akayikuzikhulula;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Obambe umnsalo eciba akayukuma; ogijima ngezinyawo zakhe akayukusinda, nogibele ihhashi akayukuyisindisa impilo yake.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 2:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngabuya ngabona phansi kwelanga ukuthi ukugijima akusikho okwabanejubane, nokulwa akukho kwabanamandla, nesinkwa ngabahlakaniphileyo, nengcebo ingeyabantu abanengqondo,


AbaseGibithe bangabantu, abasiye uNkulunkulu; namahhashi abo ayinyama, awawona umoya. Uma uJehova eselula isandla sakhe, abasizayo bayakuwa, nabasizwayo bayakuwa, bahluleke kanyekanye.


Ngokuba umchithi walifikela, yebo, phezu kweBabele, namaqhawe alo athunjwa, kwaphulwa yonke iminsalo yawo; ngoba uJehova, uNkulunkulu wembuyekezo, uyobuyisela ngokuqinisekile.


Ngiyawushaya umnsalo wakho esandleni sakho sobunxele, ngenze imicibisholo yakho iwe esandleni sakho sokunene.


Ngabona iNkosi imi e-altare, yathi: “Shaya umbundu ongaphezulu womnyango, ukuze izinsika zizamazame; uwaqobe wonke ekhanda; futhi ngizobulala abokugcina kubo ngenkemba;


Ngiyakugumbuqela isihlalo sobukhosi semibuso, ngichithe amandla emibuso yezizwe; ngiyakugumbuqela izinqola nabagibele kuzo; amahhashi nabagibeli bawo bayokwehla, kube yilowo nalowo ngenkemba yomfowabo.


Bayakuba njengamaqhawe anyathela izitha zabo odakeni lwezitaladi ekulweni; bayakulwa, ngokuba uJehova unabo, nabamahhashi bayakuba namahloni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ