Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 1:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa ngizathumela umlilo phezu komduli weGaza, ozaqeda izindlu zayo zamakhosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha ngiyakuthuma umlilo ogangeni lwaseGaza, uqede izindlu zalo zamakhosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ngakho-ke ngiyakuthumela umlilo ogangeni eGaza, uyakungqongqisa izinqaba zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 1:7
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wanqoba amaFilisti kwaze kwaba seGaza nemikhawulo yalo, kusukela embhoshongweni wabalindi kuze kube emzini onogange.


Waphuma walwa namaFilisti, wadiliza ugange lwaseGati, nogange lwaseJabine, nogange lwase-Ashidodi, wakha imizi ngase-Ashidodi naphakathi kwamaFilisti.


Izwi likaJehova elafika kumprofethi uJeremiya ngokumelene namaFilisti, uFaro engakashayi iGaza.


Impandla yaba phezu kweGaza; I-Ashikeloni lachithwa nensali yesigodi sabo; koze kube nini uziqothula?


Bayakwazi ukuthi nginguJehova, lapho sengiphembe umlilo eGibithe, bechithwa bonke abasizi bakhe.


Ngiyakuphonsa umlilo kwaMagogi naphakathi kwabahlezi ngokulondeka eziqhingini, bazi ukuthi nginguJehova.


Kodwa ngiyakuthuma umlilo endlini kaHasayeli, uqede izindlu zobukhosi zikaBeni Hadadi.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zeGaza, nangenxa yezine, angiyikukubuyisa ukujeziswa kwalo; ngoba bathumba bonke abathunjwa ukuze babanikele kuEdoma.


Ngiyakunquma owakhileyo e-Ashidodi nophethe intonga e-Ashikeloni, ngiphendulele isandla sami phezu kwe-Ekroni; insali yamaFilisti iyoshabalala, isho iNkosi uJehova.


Ngokuba iGaza liyakushiywa, ne-Ashikeloni libe yihlane; bayakuxosha i-Ashidodi emini, ne-Ekroni lisishulwe.


Bathandekayo, ningaziphindiseli nina, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ngokwami ukuphindisela; ngiyakubuyisela mina, isho iNkosi.


Impindiselo nokuphindisela kungokwami; unyawo lwabo luyokhubeka ngesikhathi esifanele, ngoba usuku lwenhlekelele yabo luseduze, futhi izinto ezibehlelayo ziyashesha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ