Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kodwa ngiyakuthuma umlilo endlini kaHasayeli, uqede izindlu zobukhosi zikaBeni Hadadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha ngiyakuthuma umlilo endlini kaHazayeli, uqede izindlu zobukhosi zikaBeni Hadadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ngakho-ke ngiyakuthumela umlilo endlini kaHazayeli, uyakungqongqisa izinqaba zikaBheni Hadadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 1:4
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wathi kuye: “Hamba, ubuyele ehlane laseDamaseku; lapho usufikile, umgcobe uHasayeli abe yinkosi phezu kwe-Aramu.


UJowashi indodana kaJowahazi waphinda wathatha esandleni sikaBeni Hadadi indodana kaHasayeli imizi ayeyithathile esandleni sikayise uJowahazi empini. UJehowashi wamshaya kathathu, wabuyisa imizi yakwa-Israyeli.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wabanikela esandleni sikaHasayeli inkosi yase-Aramu nasesandleni sikaBeni Hadadi indodana kaHasayeli zonke izinsuku zabo.


Ngasemuva uBeni Hadadi inkosi yase-Aramu wabutha yonke impi yakhe, wenyuka wavimbezela iSamariya.


U-Asa wayesekhipha isiliva negolide engcebeni yendlu kaJehova nendlu yenkosi, wathumela kuBeni Hadadi inkosi yase-Aramu owayehlala eDamaseku, ethi:


Kepha uma ningangilaleli ukungcwelisa usuku lwesabatha, ningathwali mthwalo, ningene ngamasango aseJerusalema ngosuku lwesabatha; ngiyakuphemba umlilo emasangweni alo, uqede izindlu zamakhosi zaseJerusalema, ungacimi.


Ngiyakuphemba umlilo odongeni lwaseDamaseku, uqede izindlu zobukhosi zikaBeni Hadadi.


Bayakwazi ukuthi nginguJehova, lapho sengiphembe umlilo eGibithe, bechithwa bonke abasizi bakhe.


Ngiyakuphonsa umlilo kwaMagogi naphakathi kwabahlezi ngokulondeka eziqhingini, bazi ukuthi nginguJehova.


Ngokuba u-Israyeli wamkhohlwa uMenzi wakhe, wakha amathempeli; uJuda uyandise imizi enezivikelo eziqinile, kepha ngiyakuphonsa umlilo emizini yakhe, uqede izindlu zakhe zobukhosi.


Kodwa ngizathumela umlilo phezu komduli weTire, ozaqeda izindlu zayo zamakhosi.


Kodwa ngizathumela umlilo eThemani, ozaqeda izigodlo zeBhozira.


Kodwa ngizaphemba umlilo odongeni lweRaba, njalo uzaqeda izigodlo zalo, ngentokozo ngosuku lwempi, ngesivunguzane ngosuku lwesiphepho.


Kodwa ngizathumela umlilo phezu komduli weGaza, ozaqeda izindlu zayo zamakhosi.


Ngiyakuthuma umlilo kwaMowabi, uqede izindlu zamakhosi zaseKeriyoti;


Kodwa ngizathumela umlilo kwaJuda, njalo uzaqeda izigodlo zeJerusalema.


Futhi bonke ububi babantu baseShekemi uNkulunkulu wabubuyisela phezu kwamakhanda abo, futhi isiqalekiso sikaJothamu, indodana kaJerubali, sehlela phezu kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ